Ebook Ukudla Okwehlisa I-Cholesterol di Owen Jones edito da Tektime

Ebook Ukudla Okwehlisa I-Cholesterol

Editore:

Tektime

Traduttore:
Spha
EAN:

9788835441984

Formato:
ePub
Protezione:
Nessuna
Dimensione:
217.00 Kb
Acquistabile con o la

Descrizione Ebook Ukudla Okwehlisa I-Cholesterol

Ngiyethemba ukuthi uzothola lolwazi liwusizo futhi lusebenziseka. I-Cholesterol iyigama elisezithebeni kulezi zinsuku, ngenxa yokuthi ukulinganisela okukhona kusho ukufa nokuphila. Nokho kukhona izikole eziningi ezithi zinokuhlangenwe nakho kulendaba. Lokhu kwenza ukuthatha izinqumo ngokuphathelene nokudla kube nzima. Ngiyethemba ukuthi lencwajana izovusa ilukuluku elanele ukuze ubheke lendaba kakhudlwana. Ulwazi olutholakala kulencwadi elalelayo mayelana ne-cholesterol kanye nezinye izici kuye kwahlelwa kwaba izahluko ezingu-17 ngasinye esakhiwe amagama angu 500 kuya kwangu 600. Luzokusiza ukuba uqonde futhi ukwazi ukulawula amazinga akho e-cholesterol, lungase lukusize futhi ukwazi ukuyeka nemishanguzo yakho. Njengesipho esengeziwe, Ngikunikeza imvume yokuba ukwazi ukusebenzisa ukwazisa okutholakala kulencwadi engosini yakho, kuma-blogs akho nama-newsletter, yize kuyoba ncono uma uyibhala ngamagama akho.

PUBLISHER: TEKTIME

€ 3,99
Download immediato
servizio Prenota Ritiri su e-book Ebook Ukudla Okwehlisa I-Cholesterol
Prenota e ritira
Scegli il punto di consegna e ritira quando vuoi

Recensioni degli utenti